Bakhululwe ngebheyili aba-3 base CPUT | 3 CPUT students released on bail #CPUTShutDown 

Sakhikhaya Dlala & Bandile Ntshingila 
eKapa – Abafundi abathathu abafunda e-Cape Peninsula University of Technology (CPUT) bakhululwe ngebheyili yamahhala ngemuva kokuvela eNkantolo yeMantshi yaseBellville ngoMsombuluko.

Abafundi baboshwa ngoLwesihlanu ngecala lokuphula umyalelo wenkantolo ngokuya emhlanganweni omkhulu wabafundi.

Ekhuluma ne-Vernac News, esimweni sokungaziwa, omunye wabafundi wasitshela ukuthi waboshwa ngemuva kokuthi atshelwe ukuba makasabalalise umhlangano.

Bazophinde bavele enkantolo ngomhlaka 7 Zibandlela 2017.

English Translation: 
Cape Town – Three Cape Pensinsula Univesity of Technology (CPUT) students have been released on free bail after appearing at the Bellville Margistrate’s Court on Monday.
The students were arrested on Friday on a charge of contravening a court based on attending a mass meeting of students.
Speaking to Vernac News, on condition of anonymity, one of the students told us that he was arrested after he was instructed to disperse the meeting.
The next court appearance will be on 07 December 2017.

    source: the daily vox

    Leave a Reply

    Back To Top
    %d bloggers like this: